I NONGOMA TV AND COTTAGE IN THE GREEN LIMITED bakwethulela abanye babalingisi abasha kulonyaka. Laba balingisi bazolingisa kweminye imidlalo nezinhlelo eziqoshwa kulonyaka. Kanti abazukugcina ngalokho bazophinde babonakale ku ma advert azokwenziwa.
Lababalingisi abayishumi basuka ezindaweni ezahlukene ezakhele u Nongoma
Lokhu kungumzamo we Nongoma TV ukuzama ukufundisa intsha ngoku lingisa kanye nokuziqoqa. Kusenjalo kusazovulwa nendawo lapho abasha bezofundela khona kumodela.
Kucelwa bonke labo abafuna ukuveza ikhono labo emikhakheni ehlukene baxhumane ne studio se Nongoma TV and Cottage in the green limited ukuze kubonakale ukuthi bangasizwa kuphi.
NEW MEMBERS OF THE RECONSTRUCTION TEAM
@This website is designed by Nongoma TV online team. Live from the heart of the Zulu nation all rights reserved